Amandiya

Phuzekhemisi

Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama
Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama
Yazi ukuphila namaNdiya kunzi wu inkinga leYazi ukuphila namaNdiya kunzi awu inkinga le

Ngibuyela kithi eMkhomazi amaNdiya angixakile Olovu
Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu
Yazi ukuphila namaNdiya kunzima

Ngo 12 ebsuku athi koko baba
Ngo 12 ebsuku athi koko baba
Yazi ukuhlala namaNdiya kunzima awu inkinga le
Yazi ukuhlala namaNdiya kunzima awu inkinga le

Yazi ukuphila namaNdiya kunzima awu inkinga le
Amagama abo oDagga awu inkinga le

O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)
O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)

(Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)
O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)

Zasha phela ku umfoka Majazana madoda
Khona phezulu ka Dumisa leng′buya khona
Umful' engiw′phuzayo ngiphuza uMakhoyakade
Ngangilokh' ngibatshela kancane
Bethi bayoy′bamba iMamba
Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana izon'limaza
Bhu! Khuphuka laphoke mfoka Nxusa emabhesni
Uthini umfoka Dlamini madoda khona phansi ekugxamukeni kengamthatha khona
Hhop! Phesheya koMzimkhulu le ebuya khona lombhemi
Awbheke shu, awbheke

Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni awu inkinga wemama
Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama
Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu
Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu

(Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
Yazi ukuphila namaNdiya (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
Yazi ukuhlla namaNdiya kunzima (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)

Ngo 12 ebsuku athi koko baba (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
Ngo 12 ebsuku athi koko baba (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)
Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu
(Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)
(Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya)
Yazi ukuphila namaNdiya kulukhuni bo awu inkinga le (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek′ uphile namaNdiya)

Ladies and gentlemen don't take this song serious
This song is a joke!

Daftar lirik lagu Phuzekhemisi