Woza My Love

Blaq Diamond

Lalel′ intliziyo yami, Oh babe

Heal my heart and touch my soulVele ngishawe luvalo, wangithanda ngingenanto
Ngelosi yami yokuphila, ngicel' uhlale nami

Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis′ ukuchith' insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Sengihambe ama kilometer mina, sengihamb' ama kilometer mina
Ebusika bengizula ngifuna wena
Phela wena uyimfudumalo yami yeminyaka
Imizwa yami iyakhuluma masibukana
Ivel′ ithi dali sondela ngithi manqa
Ufik′ empilweni yam ilanga lisarhwalala
Buka manje sekuyakhanya kuyaqhakaza

Lalel' intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Lalel′ intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi

Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis' ukuchith′ insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love (woza love, oh)
Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Sthandwa sami, woza my love, woza my love (woza darlie, oh)
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Uthando lwam dali, oh na na na
Ithemba lam dali, oh na na na
Oh babe

Daftar lirik lagu Blaq Diamond